Magabeni, Umbumbulu, KwaZulu-Natal ID 1241376
Vacant Land
0.0
0
2500m2
Zithathele nali ithuba endaweni yase Magabheni duze neUltracity Garage South Bound. Lendawo yinhle kakhulu futhi iseduze nomgwaqo u R197 main road ,ungakwazi ukwakha noma ngabe inhloboni yendlu kunesakhiwo esingu 3rooms ungasi renovater ngendlela ofisa ngayo.Ama clinics kanye Nezikole kuseduze kakhulu iphinde yakhelane namadolobha sibala iGalleria,Umkomaas,Wiklespruit kanye ne Roseneath. Uma unesifiso sokuyibona ungathintana nami.
Dormehl Phalane Amanzimtoti
Interested in properties in this area? Enter your email and get regular updates about properties.
Property Not Available? Report it